- admin@umsinga.gov.za
- Mon - Fri: 07h30 - 16h00
29Apr2026
Sifisa ukwexwayisa umphakathi waseMsinga ngobugebengu obudlangile egameni lomkhandlu waseMsinga.
Ibe yimpumelelo imidlalo yokuhlunga abazomela umasipala wesifunda kwimidlalo yama KZN SALGA 2024 ezobanjelwa eThekwini ngo December.
Lemidlalo ibihlanganisa omasipala abangaphansi koMzinyathi, baqhudelene ngokwehlukana kwemidlalo kwase kukhethwa abadlali abazosimela.
UMhlonishwa uMeya Dr F.J Skhakhane uthe kuyamjabulisa ukubona izinga lalomcimbi linyuka njengoba kuwunyaka wesibili wenziwa kulonyaka.Wathi umculo kaChothoza unomlando omukhulu kulendawo njengoba negqalabutho eyayicula uCothoza uSolomoni Linda wazalelwa khona endaweni yaseMsinga ePomeroy esibizwa ngeSololom Linda.
Lomcimbi ubuhanjelwe izicukuthwane eziningi eziphuma ezindaweni ezingi .Waphinda wahanjelwa UNgqongqoshe wezemidlalo kanye namaciko UMec uMtomuhle Khawula kanye namakhansela aseMsinga.
Abadle umhlanganiso kwisicathamiya yilaba abalandelayo
5. Ukzn
4. Nongoma khethukuthula
3. Inkululeki
2. Pomeroy
1. Khalabhayi boyz
Local schathamiya
5.Mthaleni
4.Amaphikeleli
3.Draw
2.Thokoza boyz
1.Gunjane master voice
Naba Modelayo
Youth model
5. MaZwane
4. Qiniso Ciya
3. Sphesihle buthelezi
2. Nomcebo mchunu
1. Athaliya mzinde
Abasebekhulile model
5. Nqobile ntembe
4. Neli Gcobo
3. Nozipho Mbhatha
2. Ngenzeni Ntanzi
1. Staff Dlamini
Abahleli balomcimbi uDr Sthole, kanye noNqolakazi bathe bazoqhubeka naloluhambo, bayafisa ukulibona likhula kakhulu izinga.
uMhlonishwa uMeya uCllr Dr. FJ Sikhakhane uzobe ethula osonkontileka abazokwakha imigwaqo kulezizindawo ezilandelayo:
Kukhulu okwenzeka lapha eMsinga nina; bukani nje! Lezi-ke zibuye no R200 000 uzwa lapha e Ithala, kwi programme yalo yokuthuthukisa amabhizinisi asafufusa.
We can only be proud of ukuphusha kwenu zingane zakwethu, ayikhule imisebenzi yenu. Nithathe uMsinga niwubeke kwibalazwe, kukhulu esikufunda kinina; khulani njalo!
Siyabonga ku Msinga Municipality and all other stakeholders and supporters abenze lento ukuthi ibe impumelelo.
Sikwimishini, sinevishini!
Namhlanje umasipala waseMzinyathi uhambele umphakathi waseNdanyana ku ward 21 eMsinga uzobheka izinqinamba ababhekene nazo ngamanzi uphinde uze nezisombululo. Lomjikelezo usuhambe ibangana ukuqinisekisa uphinde ubheke izinkinga ezibhekene nomphakathi. Nangakini umasipala uzofika sicela sibekezelelane.
His Worship, the Mayor of Msinga Local Municipality will be live on Ikhwezi FM. This interview will take place on Friday the 29th of November. Be sure to tune in.
UMhlonishwa uMeya uCllr Dr FJ Sikhakhane uzobe ezothula ngokusemthethweni usonkontileka ozofaka ugesi kwa-Ward 17.
Usuku: 25 November 2024
Isikhathi: 10 ekuseni
Indawo: Mbeje oLwendweni Creche
The MEC for Economic Development, Tourism and Environmental Affairs Rev. Musa Zondi is today, officially handing over the Informal Trading Stalls at Msinga Local Municipality.
The Regional and Local Economic Development (RLED) Unit of EDTEA ran a survey in May 2020 to understand how the informal sector was affected by the COVID-19 pandemic and where they would need intervention the most to enable them to recover. Informal traders are a vital part of the economic landscape, driving employment, access to goods, and economic resilience, especially in areas with limited formal sector opportunities.
To assist the informal traders, a call for proposals was made through the Municipal Infrastructure for Informal Enterprises (MIIE), which the uMsinga Local Municipality applied and upon conclusion of the evaluation process was allocated grant funding. This grant was for the implementation of the uMsinga Informal trading stalls project in Keates Drift, Tugela Ferry and Pomeroy.
Market stalls for informal traders are an essential part of both the formal and informal economies, offering a variety of economic, social, and cultural benefits to both traders and the communities they serve.